input
stringlengths
1
130k
“Yizinsuku zentokozo esizweni saKwaZulu ukuthi iqembu labo liqoqe amaphuzu awu-40 kusasele imidlalo eyisishiyagalombili. Yinto leyo esiyazi sonke ukuthi iyivelakancane kuMaZulu. Ngakho ngiyafisa ukuthi kube wukuthi bajabule abantu ngaleli qembu labo,” kusho uMcCarthy.
“Yizinto ezifanayo ezindala ezivele zikhona ngoba nasekufukulweni komnotho kubalwa indaba yeBhange loMbuso okuyinto esike yavela phambilini. Kwezomhlaba noma engalibekanga ngembaba elokuthi bazolusebenzisa uhlelo lokuthi umuntu adayise umhlaba ngoba ethanda kodwa bazolusebenzisa nakuba kuzochitshiyelwa isigatshana * -25 soMthethosisekelo ukuze kuthathwe umhlaba ngaphandle kwesinxephezelo,” kusho uMnguni.
“Yizinto ezifuze lezi esifuna ukuzibona nsuku zonke.”
Yizinto ezimbi kakhulu lezi futhi yizona zihlava esilwa nazo emphakathini. Asilindele ukuthi nosaziwayo babandakanyeke kuzona esikhundleni sokubhula umlilo. Yizinto ezincane ezingenza kuphele isasasa kithina balaleli. Ukuba nje abalusakazayo basidlalela umculo kamaskandi kusukela luqala luze luyophela ngabe lumnandi uhlelo olunabalandeli abaningi. Abadidiyeli nabasakazi bakaSigiya Ngengoma sicela bayilungise le nto. “Yizinto ezinjena-ke ezijabulisa abantu. Omunye umuntu angazitshela ukuthi yimali kanti cha,” kusho uSjava. Yiziphi wena izinto ezikucikayo? Shiya umbono ekhasini lethu kuma-comments kuFacebook nakwiTwitter (@IsolezweNews). Yizo izintokazi zika-Ellis nyakenye ezizibekisele indawo kwi-African Women Championship nokuyilapho ezifike zabuya khona nethikithi lokuya kwi-2019 Fifa Womens World Cup eseFrance ngoJuni. “Yizona ezisebenzayo ukungathekisa ukuthi izibalo zingase zenyuke kanjani. Indaba ilele ekuziphatheni kwabantu balandele imiyalelo ngoba akuyona eyokudlala,’’ kuchaza uSolwazi Magula. “Yizona ezizoveza ukuthi umfundi angase enze kanjani kwizivivinyo zangoNovemba, ngakho kubalulekile ukuthi abafundi bazimisele.” “Yizona zonke izinto esizibhekayo. Njengamanje sinezindawo ezinhlanu esikhulumela kuzona. Sizoqhathanisa izinto eziningi ngaphambi kokuthatha isinqumo. Ngemuva komdlalo wokugcina wesizini, sizohlala phansi siqoke indawo esizokwazi ukuhlala kuyo.” Yizona zonke lezo izinkulumo ezingamampunge ngomsebenzi wedlozi. Yizona zontathu kuphela izikhumulo ezamenyezelwa nguMengameli Cyril Ramaphosa ukuthi zizosetshenziswa kusukela ngo-Okthoba 1ukwamukela abavakashi abavela kwamanye amazwe. Yizo zonke izinto engikholwa ukuthi kumele zishintshe, kungagcini ngokuthi abesifazane bafanelwe uhlobo oluthize lwezinhlelo kuphela njengolwango-9 ekuseni phakathi nesonto. Yizo zonke lezi zizathu ezenza i-Eskom ibe magange ukuthi kuhlale kunyuswa intengo kagesi, lapho kwaziwa kamhlophe ukuthi kushaywa edonsayo kule lizwe. “Yizwe elidinga usizo kakhulu futhi ngizozama konke okusemandleni ami ukwenza lokho (ukusiza) kodwa ukwanda kwezinkinga kukhomba ukuthi wonke umuntu kumele afake isandla,” ubhale kanje uRudiger kwi-website yakhe. “Yizwe elinjani okuthiwa lihamba phambili otshwaleni,” kusho iSilo. yodwa esikoleni kukhona nabazali abebejabulele ukuphumelela kwezingane zabo. yokudala uzinzo eRBM. Njengeqembu siyakwamukela ukuboshwa kwabasolwa emva kwesigameko lapho kudutshulwe khona abasebenzi ngaphakathi emagcekeni emayini. yokugqugquzela ukubekwa nokulwa nokusetshenziswa kahle kwemali. (yokukhetha ubuholi beTheku) ngoba unawo amagatsha amaningi amesekayo,” kusho uDube. yokuqala eqoqweni nokuhlulwa ukunqoba indebe yeCosafa yikhona okumenze waba nyamanambana kwiSafa,” kusho umthombo. yokusebenza. Njengamanje bahlola ukusebenza kohlelo lokusiza labo abakude nemishini yemali yasemabhange. · Yola Plaatjie- Dreams of Gommorah yoMhlaba ekubeni ayethole iqembu lihlezi endaweni Yomibili imidlalo izoqala ngo-8.30 ebusuku. OwaMajita useBielsko-Biala Stadium. Yomibili imidlalo yeligi esidlalwe iqembu lakhe uyiqalile. Kowesibili abebedlala kuwo neLamontville Golden Arrows ushaye ingcwenga yegoli eyenze ezakhe zadlula ngamagoli amabili eqandeni. Yomibili imigomo ohlolwe iModerna nohlolwe iPfizer isebenzisa ubuchwepheshe obufanayo obaziwa nge-mRNA. Yomibili imindeni ikhaliswa wukuthi ayibikelwanga ngemva kwesehlakalo, izidumbu zize zayiswa emakhazeni. Imindeni ithi ize yaziswa ngokushona kwamalungu ayo ngoLwesihlanu kusihlwa. Yomibili imindeni iphikile ukuthi laba bebengabangani kodwa yavuma ukuthi bebazana futhi bejwayelene. Yomibili imindeni ivule amacala esiteshini samaphoyisa saseCreighton. Yomibili le midlalo eyandulela eyamanqamu izodlalelwa eWembly Stadium, eLondon, namhlanje nangoLwesithathu. Yomibili le midlalo iClever Boys kuzofanele iyinqobe noma yikanjani uma ifuna ukufeza iphupho layo leminyaka lokunqoba iligi ngale sizini. Yomibili le midlalo iqinise idolo kwazise amaProteas adlale le, okuthiwa inenkosi phakathi, ikhilikithi. Kuqale ngokuthi i-India iyeke ithuba (sekucacile ukuthi iwinile) ngenxa yokuxinwa amaProteas kwalandela ngokuthi i-Australia iqale ngokunqoba kodwa ishaywe kweminye yonke elandelile. Lo mdlalo uyohlale ukhunjulwa ngokuganga kwabadlali base-Australia, behlikihla ibhola ngo-sandpaper. Yomibili le midlalo iqokwe eminxeni engu-12. Yomibili le midlalo iqokwe eminxeni engu-12. UWinnie uveze ukuthi kulo nyaka bathole izicelo eziningi zezinhlelo nemidlalo ebifuna ukungenela. Yomibili le midlalo (oweChiefs noweSundowns) isekhaya. Ngemuva kwayo, uKerr uzobe esedlala neBidvest Wits ekuhambeni aphinde adlale naMaZulu neMaritzburg United ekuhambeni nasekhaya ngokwahlukana. Uzobe esevala isizini ngomdlalo wasekhaya neCape Town City. “Yomibili le minyango ayikwazanga ukufinyelela esivumelwaneni kwase kuqala ezinye izingxoxo ezintsha phakathi kwayo nabahlali,” kuphawula ikhansela. Yomithathu le midlalo inzima kwazise iCity iyingozi. OwePolokwane unzima ngoba leli qembu elibalwa naphezulu alihlulwa kulezi zinsuku. Owokuvala isizini oweChiefs esanda kukhipha yona iChippa kwiNedbank Cup. yomkhandlu wezifundazwe, uMnuz Amos Masondo, ngokulula isikhathi sokutshalwa kwamasosha eKapa.” Yona idalwa yindlela wena oziphethe ngayo, amathuba okuthi uyishintshe akuwena. Le iyakwenza uzibone ugugile kanti asikakafiki nesikhathi sokuthi kufanele engabe usubukeka ngaleyo ndlela. “Yona ikhombise ukukhula njengoba sibona kwezinye izikhungo zemfundo ephakeme kuyiyona ephethe emikhandlwini wabafundi,” kusho uMngomezulu. Yona iPirates isike yalanda uMarc van Heerden noJames Okwuosa. Yona iRusa iphinde isolwe ngokudalula abantu kuFacebook wayo abangase babe wofakazi kwezinye izigameko zobugebengu nokubeka impilo yabo engcupheni. Yona uyihlabelela ngokuhlanganyela noMondli ethi Loshona Nini. Uma uthanda umculo we-Afro pop/soul othakwe ngesigqi somculo wasemazweni asenhla ne-Afrika nezinhlamvu zomculo wokholo, nomakanjani uzolithakasela lolunqambothi lwe-albhamu. Yo... ngoba sesilaphi... nami ngicela ukubuzwa lowo mbuzo? LOL! Umdinga nini uPearl futhi isikhathi esingakanani. Hamba Tumza... umshushumbisi wabesifazane wonyaka! Hahahaha... ngiyaxolisa bafowethu... Bekuhlekisa kakhulu!"
Yonke imibandela abayibekile bazoyidlulisela emphakathini ukuze ibeke imibono ngayo.
Yonke imidlalo emikhulukazi yaseScotland okuhlanganisa noweRangers neCeltic (okulindeleke ukuthi uZungu abe yingxenye yawo), izovezwa kwithelevishini.
“Yonke imidlalo engu-48 izosakazwa bukhoma kwiPremium (SS1) kanjalo nezinhlelo zama-magazine kwiSS1,” kuqinisekisa iSuperSport ngeledlule.
Yonke imidlalo esiyidlalayo kwi-Orlando Pirates sidlala sengathi ngeyokugcina, kusho uSredojevic.
“Yonke imidlalo esiyidlalayo sifuna ukunqoba,” kusho uJohnson.
Yonke imidlalo eyisishiyagalombili iqala ngo-3 ezinkundleni ezahlukene kanti izodlala ngaphansi kwefu elimnyama kwazise iMamelodi Sundowns esesicongweni ibambene ngezihluthu
“Yonke imidlalo izoba nzima kepha ezoba lukhuni kakhulu yile yala maqembu athathwa njengamancane. Ngeneme ngakho konke kodwa angikholwa wukuthi abafana bami bazokufaka ekhanda lokhu okuncane esesikwenzile. Kuhle ngoba bakhona abadlali okungenani abahlanu ababakhumbuza njalo laba abancane ukuthi lusekude ukhalo,” kuphetha uVukusic.
Yonke imidlalo yosuku olulodwa izoba wusizo kakhulu kithina njengoba sibheke iNdebe yoMhlaba. Ngikholwa ukuthi neWest Indies izosizakala ukuze ilungiselele ukudlala kweyokuhlunga. “Yonke imigudu efanele izolandelwa bese kuba ima sifinyelela ekutheni sikhona yini isidingo sokubeka amacala. “Yonke imigudu obekufanele ilandelwe ilandeliwe ngalokhu kudayiselana kweCeltic neRoyal AM ngakho-ke iligi ayizange isibone isidingo sokuma endleleni, yize bekungelula ngenxa yezizathu eziningi ezahlukene kodwa ezimqoka. “Yonke imihlangano yebandla nohambo kumenyezelwa wumholi webandla. Njengamanje sesinalo thina usuku esizoya ngalo entabeni eyiNgcwele iNhlangakazi olumenyezelwe wumholi. Sizoshintshana nabasekuPhakameni nabaseGinyezinye,” kusho uMthethwa. “Yonke imiklomelo ibalulekile kodwa omkhulu kakhulu oweFootballer of the Season. Uma ngingase nginqobe ngizobonga ozakwethu, umndeni wami ngokungeseka engikuthakasela kakhulu. Kuzongijabulisa ngoba kuzobe kusho ukuthi konke ukusebenza ngokuzikhandla kube nezithelo ezinhle,” kusho uZwane ekhuluma nabePSL izolo. “Yonke imindeni inazo lezi zinkinga. Ngiyakholwa wukuthi njengomndeni sizokwazi ukubumbana. Akekho emndenini wami engingathi kangimphiwe, ngiyawuthanda kakhulu umndeni wami. Yonke imingenelo kumele ithunyelwe kwiNFVF ngaphambi kuka-Ephreli 2. “Yonke iminyaka iReal Madrid ihlale idlala kwiChampions League. Ifinyelela kweyamanqamu. Njalo ngemuva kwezinsuku ezintathu iyadlala. Le nto ayifuni imali. IWits iyiziqumama, iSuperSport ixhaswe ithelevishini. Amanye amaqembu anoxhaxha lwabaxhasi, ngisho iKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates. Ngakho ayikho le ndaba yabantu abathi balahlekelwa yimali,” kuvala uMosimane. “Yonke iminyango inabasebenzi abanele ukuze izivivinyo zihambe ngendlela. Odabeni oluthinta abamakayo sisebenzisane nezinyunyana zothisha ukuqoka abantu abazokwenza lo msebenzi.” Yonke imishanguzo yezempilo ihlaziyiwe, iyacaciswa ukuthi isebenza kanjani, kuphi, ingena kanjani kuphi; akuvele kuthiwe nje; ‘iyasebenza le nto’. Lezi zinhlanganisela esizigijimelayo azinangcaciso yokusebenza kwazo. Abazidayisayo kuya ngokuthi unemali engakanani wena yokuzikhangisa ukuze zikwazi ukuhunga abantu bakithi. Masingathatheki, sihlwitheke size sibone ekugcineni kungasabuyeleki emuva ukuthi sasidayiselwa ubuthi obafike babulala isibindi, izinso nenhliziyo. Okuba kubi ukuthi uma umuntu esaxakekile uza kwadokotela okanye esibhedlela, angabe esachaza ukuthi kade ngilapha nalapha, ngasebenzisa lokhu nalokhu. Isithombe esisalayo ukuthi udokotela akasebenzi, okanye isibhedlela asikhathaleli umuntu, akunakwa. Yonke imithetho ebekiwe futhi izolandelelwa. Njengasematekisini nje sizoqinisekisa ukuthi bonke abagibeli bafake izifonyo futhi kunokuqhelelana phakathi kwabo. Sizokhuluma futhi namabhizinisi amakhulu kulesi sifunda ukuqinisekisa ukuthi asilungele isigaba sesine sokuvalwa kwezwe. Inkampani nenkampani kumele ikwazi ukuhlola izinga lokushisa kubasebenzi, kumele banikezwe izifonyo futhi banikezwe nezibulali magciwane," kusho uZikalala.
“Yonke impahla sesiyithuthile. Izinkomo ezicishe zasala ngoba ibingekho into yokuzithutha kodwa izingane zivele zaziqhuba emgwaqweni,” kusho ilungu lomndeni.
Yonke impumelelo yakho ingeyeqiniso, kayinawo ugcobho wephunga lokukhohlakala, kodwa usebenzisa iqiniso lokwesekwa ngabalandeli bakho beqiniso. Yingakho izibusiso zehlela phezu kwakho. Le nto oyenzile iwuvala unyaka wonke, ukuyokhuleka ekhaya leSilo nenkabi sengathi abaculi bangabukela kuwe, ngiyathokoza.
Yonke indawo lapho engihamba khona ngihlale ngisho ukuthi ngifuna ukwenza yonke into inqobo nje uma ngithola ithuba. Leli elinye ithuba elivelile ngalithatha ngazo zombili, kusho uNosipho, odabuka eMnambithi.
yonke indlela ukungenelwa yigoli ngoba ekugcineni
“Yonke into eyi-network iyavalwa maduzane. Baqalile bashisa imibhoshongo. Nathi sikhishiwe kwenye i-site la eThekwini, bayayishisa. Uma kunomyalezo ofuna ukuwudlulisa esihlotsheni sakho, wudlulise manje, kusho inkulumo eqoshiwe.
“Yonke into ihambe kahle kakhulu kwaba mnandi. Ngidayise u-93% wamakhondomu ebengize nawo,” kusho uDr Malinga.
“Yonke into inesikhathi sayo. Uma kuvela into ekhombisa ubugebengu, kufanele sivule icala. Kodwa leli cala alihlangene nakancane nesinqumo okufanele sikhishwe yinkantolo ngesonto elizayo,” kuchaza uManyi
YONKE into isimi ngomumo ngomcimbi wokugcotshwa kukaMengameli Cyril Ramaphosa eLoftus Versfeld Stadium, ePitoli, namhlanje.
“Yonke into isiphothuliwe...noPhat Joe useyazi ukuthi uzongena ohlelweni lukaJust Ice,” kusho umthombo. Uthe ngisho abanye abasakazi abeneme ngalesi sinqumo.
“Yonke into izokwenziwa nemindeni. Ningangibuzi ukuthi kanjani ngoba basaphola futhi lokho ngithanda ukukuhlonipha. Nami ngiyakuhlonipha lokho ngoba ngisaphola.”
“Yonke into kumele yenziwe ngokulandela izinhlelo ezifanele ngoba uma lokho kungenzekanga kugcina sekuba nezinkinga ekugcineni,” kusho uNksz Mphakathi.
“Yonke into ngaphakathi iyalungiswa, manje sekufuneka umuntu ozophatha indawo. Izikhangiso zonjiniyela nezikhulu eziphezulu zizophuma, uma vele zingakaphumi. Ngeke kusathatha isikhathi eside,” kusho uMakhathini.
“Yonke into ngomculo wami inobu-Afrika. Nangaphambi kokuthi ngicule ngangenza isipantsula okuwumdanso wase-Afrika,” kusho uJakarumba.
“Yonke into sesiyiphothulile ngasohlangothini lwethu. Nosuku basinikezile, kuzoba wuFebhuwari 22,” kusho ummeli uVusi Tembe.
“Yonke into yakhe ubeyenza ihlaya. Nalo ibhuku ubehleka uma umbuza ngalo. Ubekutshela ukuthi uyisoka, uma engabhali angagcina engasazi ukuthi zingaki. Ngiyacabanga ukuthi kodwa lokhu ubekwenza ngoba ubezazi akanaso isikhathi sokuthi elokhu evakashisa izingane zakhe ekhaya ukuze zaziwe. Uma ungazange wenze ubudlelwane nengane eceleni ubu­ngeke uyibone ngoba uyise ubesuke esenake ezinye izintombi.”
Yonke into yenzeke bukhoma kukhona nabesifazane nezingane, nabo bebeboshiwe.
“Yonke lemali ikhokhwa kumasipala siyenza kanzima ngokudayisa, kumele ngabe uyaqinisekisa ukuthi izimpahla zethu azintshontshwa. Le ndawo inkulu kodwa kugada abantu ababili ebusuku, nokwenza bangababoni uma sekuntshontshwa,” kusho lomdayisi.
“Yonke le mali iya endaweni eyodwa kwi-EFF, lapho efike ixhashwazwe khona nguJulius Malema noFloyd Shivhambu. Bakubeka kucace ukuthi inhlangano yabo oyijoyinayo, akubona abajoyina wena. Kwi-EFF kunoMgcinimafa obizwa ngoLeigh Ann Marthys, okhipha kuphela imali encane esuke idingeka ngaleso sikhathi,” usho kanje.
“Yonke le mali izoya kubafundi abaphase kahle uGrade 12 abadinga ukulekelelwa bakhokhe imali yasezikhungweni zemfundo ephakeme,” usho kanje.
Yonke le mali yayifakwa kwi-akhawunti yenkampani yakhe i-Euroblitz.
Yonke le midlalo izokhonjiswa bukhoma kwiSuperSport.
Yonke le mikhandlu iyingxenye yemikhandlu i-IFP ekwazile ukuyibuyisa kulandela ukulahlekelwa yiyo okhethweni lohulumeni basekhaya lwango-2011, ngesikhathi kuhlubuka iNFP.
Yonke le mishado yenganyelwe iMatrimonial Property Act ebhekela ukulawulwa kwamafa ngesikhathi kusashadiwe, lapho sekwehlukaniswa noma uma kukhona odlula emhlabeni.
“Yonke le nto iyangibambezela nami emsebenzini wesizwe. Sekuphele iminyaka engu-63 isizwe sakwaMaphumulo silokhu siphethwe amabamba-bukhosi, yingakho ngijabulile uma icala lifika emaphethelweni. Okwamanje ebesengikubhekile ukuthi ngiyobikela ngokusemthethweni iSilo ukuze kuqale nezinhlelo zokugcotshwa kwami,” kuchaza uMaphumulo.
“Yonke leyo nto igcina iphithanisa izinto. Kuba nzima kakhulu ke uma kwenzeka kuba khona odlulayo emhlabeni kulabo bazali abakipite iminyaka baze bazala inqwaba yezingane,” kusho ungoti.
You all speak today because I responded against your favorite. I will never be silenced by you hypocrites. I have nothing to fear or hide hence the legal action so that all can come to the open. I never laid a hand on any woman, my wife in particular, including all children.
You are a crook what the hell you doing at luthuli house is still a mystery to us now that we are done with elections we must deal with you .
You could even start small with R5,000 and let it grow. Withdraw that money back. Leave the rest to grow wild. Big or small, just make sure you’re following the percentages given in the Winsurance Lab picks exactly. It’s the only way to receive the financial benefits of always having the mathematically best trades.
You didn’t predict anything Mr. STRATCOM Lawyer. You said “Not sure if it will go Gordhan’s way”. That’s not a prediction is to say you didn’t know, chose the fence, and evidently wished Jamnandas won. He didn’t and we’ll defeat him on Rogue Unit as well! https://t.co/XfocDql0r1
You DO NOT need to be a formal health care worker to get vaccinated as part of the #Sisoke programme. Admin staff, support staff, anyone working in the health context! Act fast THIS WEEK! @DTHF_SA @MRCza pic.twitter.com/oHpTtOqg11
You guys must leave Khune alone, Sbahle broke up with him after the accident cos she couldn’t remember him, and Khune was supportive during her recovery, he deserves to move on like anyone else!!
You have my number. I love you and appreciate you. You inspire me. Take care @bonang_m
You might see all this material shit and think It makes life easier. It doesnt. Money Its just an illusion to keep us making DUMB decisions.
You need to put Boy Mamabolo on the bench. He is costing you and taking attention away from the substantive issues.
You never disappointed your funs and i'm sure you'll never disappoint us, ALL THE BEST FOR THE FRESH SOLO START
*Young player award - Keenan Phillips.
Young Player of the Season: R50 000
Young Player of the Tournament: Banele Madondo (Sunflower FC).
You ran your race, you held the mighty and the powerful to account. You took no prisoners. With you it was always no holds barred. Our democracy is ever so much richer because you lived. Rest in power Karima Brown; and condolences to the Brown family and friends. #KarimaBrown pic.twitter.com/pXjH53I7mv
You're an ongoing embarrassment to the
You're a public figure for Christ sake, if you're gonna sell yourself this low just so your child could have a father...it means you don't know your worth.
Your Kingdom on Earth – Hle
Your love for me is very overwhelming. Thank you South Africa 🇿![CDATA[]]>🇦
Your thoughts? #LifeOfAmawele #Twin #NowThatsLudacris #HlekingHard #Repost @nigerianwedding "They shared everything since they were babies.... . Meet 26 year old twin sisters who married the same man! 26 year old twin sisters, Owami and Olwethu Mzazi from Vosloorus, South Africa recently got married to the same man, 51 year old Mzukiseni Mzazi. When interviewed by a South African magazine, the sisters said they'd always known they'd marry same man as they have shared everything else together since they were born... “We have always done everything together. We share everything. That is how our grandmother raised us. So when we decided to marry, we said any man that wants to marry one, will marry the other” Owami told Drum magazine."
Zagcina ukunqoba ekuqaleni kwenyanga edlule zishaya iSuperSport United.
Zagcina ukunqoba ngoJanuary 16, zishaya iBaroka ngo-1-0 wegoli likaRuzaigh Gamildien.
Zakhiwe ngokomyalelo woMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu othe kumele ziplasitelwe ngaphandle ziphinde zifakwe nogesi.
Zakwe & Duncan – Zakwe & Duncan
Zama nawe ukuthi uthole okokuzivocavoca okuzokwenza ufike ekhaya unomdlandla wocansi.
- Zama ngakho konke ukuhambisana nesikhathi uma ubhala ukuze ungazitholi usunenkinga yokungaliqedi iphepha. Ufunde imibuzo ngokuyiqonda. Lokhu kuzophinde kukusize ekutheni ube nesikhathi esanele sokubhekisisa izimpendulo zakho ngaphambi kokuthi uphume ekilasini obubhala kulo. Qala ngokuphendula imibuzo oyiqonda kangcono.
Zamani ukumeseka ngayo yonke indlela ukuze angazinyezi. Kodwa okubalulekile ukuthi azi ukuthi akaseyena lo muntu omazi enguye.
Zama nokukhulumisana naye ngales siikhathi engasaphuzile ukuthola ukuthi yini ngempela emenza azilahlele otshwaleni. Umazise futhi ukuthi senihlalele ovalweni nabantwana ngoba anazi ukuthi uzobuya emsebenzini enjani. Okudlula lokho kuzomele umfunele usizo kwa-AA (Alcoholics Anonymous) yangakini ukuze bameluleke ngokufanele uma isimo singashintshi.
Zama ukuba nomuntu ongakwazi ukukhuluma naye uma ungazizwa kahle emoyeni
: Zama ukubonana nodokotela oweluleka abanokucindezeleka kungaze konakale. Ngokubuka kwami unokhwantalala, manje seludala ukuthi nenduku iwe. Uma unokhwantalala konakala izinto eziningi emzimbeni njengakho ukukhophoza kwenduku okudala ulaka. Mhlalise phansi unkosikazi umchazele ukuthi isimo sezimali sichaza ukuthi kumele nishintshe impilo eniyiphilayo.
- Zama ukugwema izindlela okunqanyulwa kuzo ugesi ngesikhathi ohamba ngaso.
-Zama ukumesha imibala ingaqhelelani kakhulu ngoba lezi zimpahla zinhle uma uzozimeshela njengoba kwakwenziwa ngeminyaka yo-1960.
Zama ukuthi abangenazo izimoto, bagibele kulabo abanazo ukuze ungasuki umsindo
Zama ukuthola umeluleki wezomshado noma umuntu enimthembayo enizokwazi ukuhlala naye phansi ukuze nikwazi ukubeka izinhlangothi zenu nobabili. Kusobala ukuthi unkosikazi wakho unezizathu ezenza aziphathe ngale ndlela okungenzeka aphumele obala ngazo uma kukhona umuntu wesithathu ozozwa udaba lwenu. Akukho eningeke nikwazi ukukulungisa uma nobabili nifuna ukulungisa nokwakha ikhaya lenu.
Zama ukuthola usizo kongoti nasezinhlanganweni ezeluleka ngokwengqondo ukuze usheshe welapheke emoyeni
Zama ukuyingenisa kancane indaba yokuthi kumele nivulelane izifuba njengabantu abashadile uyoze ajwayele. Abanye kwenziwa nayindlela abakhule ngayo. Zibhekisise zonke lezi zinto ngaphambi kokuthi uze ulahle umshado. Kuyisu elihle ukuhlala phansi nabeluleki bezemishado ngoba lokho kuzokwenza ukuthi umyeni wakho akwazi ukuvuleleleka kumuntu angamjwayele lapho uzokwazi ukuthola khona ukuthi yini emenza akufihlele izinto nibe nishadile.
Zameqa zonke nje lezi ezinye izinamba, wazovuka ngale ephathwa yizingane ezizalwe ngeka-2000?
Zandile nezigameko ze-vishing lapho amaqola efonela abantu azenze abasebenzi basebhange, afune imininingwane eyimfihlo yamakhadi abo.
Zanqoba owokuqala weligi, zishaya iRoyal AM ngo-1-0.
zase-University of Zululand (Ongoye) izolo, ezikhala ngokungamfuni okhethwe ukulawula isigungu sazo.
zaso. Uthole ukuthi kunemfudumalo nokunakekelwa kweziguli okusezingeni elincomekayo.
“Zathi uyise uthe unina akazange alale ekhaya uhambe nesoka abekhuluma nalo kuwhatsapp ebusuku ,” kusho yena.
Zayihlula kabili kweyandulela owamanqamu kwiMTN 8, zinqoba ngo 3-0 nango 2-0 ngokwehlukana kwemilenze.
- Zazi isimo sakho sezikweletu ukuze uma kukhona obakweletayo usheshe ubakhokhele ngaphambi kokuyocela uxhaso lwemali.
* Zazi izindlela ezihanjwa wumuntu wakho, lokho kuzogwema ingxabano nemibuzo eminingi uma esebuya.
ZAZIKHONA izimpawu zokuthi usezowushiya lo mhlaba umdlali wezimoto zomjaho namabhayisikili, owashona ezama ukuqwala intaba iKilimanjaro ngeMandela Day ngo-2016. Namuhla kuphela iminyaka emithathu ashona uGugu Zulu, umkakhe uNkk Letshego Zulu, osekhiphe incwadi ngempilo yabo. Kule ncwadi esihloko sithi I choose To Live Life After Losing Gugu, uNkk Zulu uveza isithombe sokuthi wayevele engaphilile kahle umyeni wakhe ngaphambi kokuqwala intaba. Yize engazisoli ngesinqumo sokuqwala intaba njengomkhankaso wokusiza amantombazane aswele iTrek4Mandela, kuningi abona kungahambanga kahle.
ZAZISWE ngomzuzu wokugcina ngoLwesithathu ekuseni izinyunyana zothisha ukuthi umhlangano ophuthumayo obekumele zibe nawo noNgqongqoshe woMnyango weMfundo eyisiSekelo, uNkk Angie Motshekga usuhlehlisiwe.
“Zaziyiqiniso izindaba zokufunwa yiKaizer Chiefs kodwa uyazi ukuthi izinto empilweni zike zingahambi ngendlela osuke ufia ngayo,” kusho lo mgadli ongakaze ayimele iBafana Bafana.
Zehle kakhulu izibalo zababukeli bohlelo olukhuluma ngempilo yomculi waseLimpopo, uPapa Penny nababukela olomndeni wakwaRanaka.
Zehle kamnandi izindaba zokunqaba kwabasolwa ibheyili baveza nokuthi kukhona abathinteka kuleli cala abangakaboshwa.
Zehle kamnandi izindaba zokunqatshelwa ibheyili kukaSangweni kwinyunyana yabasebenzi bezempilo iNehawu ethe ifuna agugele ejele.
ZEHLE mi izinyembezi kusaziwayo u-Anele Mdoda ngesikhathi ekhuluma ngomfundi owaphonseka endlini encane yomgodi esikoleni saseMbizana, e-Eastern Cape, uLumka Mkethwa (5) owayefunda uGrade R ekuqaleni konyaka.
Zehle mi kuSonia Mbele izinyembezi ngesikhathi kuqathaka isithombe sikaMenzi ebesichonywe odongweni.
ZEHLILE izibalo zabahaqwa iCovid-19 kodwa izwe kusamele liqhubeke libe sesigabeni sesithathu sokuvalwa kwezwe.
ZEHLILE izibalo zamacala okudlwengula nokuhlukunyezwa kwabesifazane eNanda emva kokuthi uMengameli Cyril Ramaphosa amemezela ukuvalwa kwezwe kulandela ukubheduka kobhubhane lweCorona.
ZEHLILE izihlathi ebantwini baKwaHlathi, eMnambithi, bethola ukuthi akusilona idayimane leli abebelivundulula kodwa yi-quartz crystals (okusatshe lokuhlobisa).
ZEHLILE iziqhomo kumakhasimende aseFNB akade echomela awakwamanye amabhange ngokuthi aphiwe imali yibhange lawo.
Zehlise uxolise ngesenzo sakho futhi kungakuhle uphume uphele entombini ngoba ngeke ushade uphinde ube nentombi eceleni.
ZENYUKILE izibalo zabahaqwe yiCovid-19 kuleli emahoreni angu-24 uma kuqhathaniswa nezaphambilini.
Zenyukile izigameko zokuhlaselwa kwamaloli ngesonto eledlule kwezinye izingxenye zaseGauteng naKwaZulu Natal. Isigameko sakamuva ngesokushiswa kwamaloli amabili ngaphandle kwaseDaveyton, e-East Rand ngoLwesithathu.
zeSouth African Cabin Crew Association neNumsa zokuthi kulethwa abasebenzi abangenawo amava njengoba kutelekiwe.
ZESULIWE izinyembezi zebhungu elaliwe yintombi labamba ilotto ka-R60 million wePowerball ngoJanuwari 15.
ZESULIWE izinyembezi zikanina wosana olwebiwa lunesonto luzelwe ngenkathi inkantolo igweba owesifazane owaluntshontsha iminyaka engu-12 ebhadla ejele.
ZESULIWE izinyembezi zikaNkk Ntombilezi Florence Khwela (69), waseRosetenville, eMzumbe, owashelwa umuzi wakhe ngonyaka odlule njengoba izolo enikelelwe indlu entsha.